Teledysk

Kredyty

PERFORMING ARTISTS
Sjava
Sjava
Vocals
Qwellers
Qwellers
Vocals
LaCabra
LaCabra
Vocals
Lowfeye
Lowfeye
Vocals
Blue Pappi
Blue Pappi
Vocals
Sastii
Sastii
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Jabulani Makhubo
Jabulani Makhubo
Lyrics
Tinashe Freddie jnr Magidi
Tinashe Freddie jnr Magidi
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
YoungTune
YoungTune
Producer

Tekst Utworu

[Intro]
Ung'phethe kahle
Ngith' ung'phethe kahle
Ngabe nginamanga
Ngabe nginamanga
Mangathi, mangathi
Mangabe ngiyam'sukeli umntana omuntu
[Verse 1]
Akanaso is'vunguvungu
Akana typhoon
Permanent joy ntwana ngishay' i-tattoo
Akangingizi mayethi I love you too
Mina ngiyamthanda it's true
[Verse 2]
Akanaso is'vunguvungu
Akana typhoon
Permanent joy mina ngishay' i-tattoo
Akangingizi mayethi I love you too
Mina ngiyamthanda it's true
[Verse 3]
We goals like Suu
Ngiyabheja ngawe dali ngifak' i-straight win
Wi striker sami dali imina i-right winger
(Ngidlala esaydini, udlala phambili)
Mang'nawe ang'deshi dali ang'dingi i-dry ginger
(Yelele ma)
[Verse 4]
We nkosazane, le Pansula liyaku-feela ma
Bathi uney' vunguvungu angiy'boni
Bathi angik'yeke angiy'khoni
Lenqola esiy'phushayo abayifoji
[Verse 5]
Nalento yokukipita dali
Ngithembe ngizoy'shintsha dali
Ngiyotshel' ubhuti kamama ukuthi ntambama
Kumele sibale izinkomo siyokulanda
[Verse 6]
Nalento yokushitha dali
Ngithembe ngizoy'shintsha dali
Ngifun' ubhuti kamama
Ezokhuleka kini
Ngakusasa umfowenu engibize usibali
[Verse 7]
Akanaso is'vunguvungu
Akana typhoon
Permanent joy ntwana ngishay' i-tattoo
Akangingizi mayethi I love you too
Mina ngiyamthanda it's true
[Verse 8]
Akanaso is'vunguvungu
Akana typhoon
Permanent joy mina ngishay' i-tattoo
Akangingizi mayethi I love you too
Mina ngiyamthanda it's true
We goals like Suu
(Mina nawe siyasebenza)
Ngiyabheja ngawe dali ngifak' i-straight win
[Verse 9]
Angifuni uy'boleke
Ngifun' uy' owne dali ang'fun' uy'boleke
(Eyami inhliziyo)
Wenz' inqond' iphole
Awung'fakel' uk'shisa ngise Poland
(Udali akana typhoon)
[Verse 10]
Yeah, you bring me peace
Ung'lethel' uk'thula
You're my remedy
Mangigula
[Verse 11]
Udali akavunguzi akus' uDineo
Akang'thunik' owami ung'qeda inhlungu
Mina kuyena ngibon' umendo
Akathukuthel' owami s'ningi is'neke
[Verse 12]
Ngiyam'bong' uMdali nawe angil' dizevi lothando
Inhliziyo ishay' umlando
Umoya wakho ungathi ulwandle ntambama
[Verse 13]
Akanaso is'vunguvungu
Akana typhoon
Permanent joy ntwana ngishay' i-tattoo
Akangingizi mayethi I love you too
Mina ngiyamthanda it's true
[Outro]
Akanaso is'vunguvungu
Akana typhoon
Permanent joy ntwana ngishay' i-tattoo
Akangingizi mayethi I love you too
Mina ngiyamthanda it's true
We goals like Suu
Ngiyabheja ngawe dali ngifak' i-straight win
Written by: Jabulani Makhubo, Tinashe Freddie jnr Magidi
instagramSharePathic_arrow_out
OSZAR »