Tekst Utworu

Mina nawe sisuka kude Kude la syakhona Zikhon'izilingo Ezifun'ukuphazamis'Uhambo Lwami Nawe Sengyabonga ke Ngokungbekezelela Kuze k'fike la Ngiyazi baningi abangcono Ukunam Kepha Wena ukheth'ukuhlala nam Nom'uthwel'uthayela Kunomoya hlala Wazi izifiso zakho ngzozifeza Nami ngfun uyonyathela Emagcekeni okobabamkhulu ngoku Semthethweni Ungokhethekile kuzo zonk Izintokazi Okwenza Kimi akwandele bani Ngizokwenza isqiniseko sokuthi Ungazisoli ngokukhetha lensizwa eyimi Maan'endleleni ung'linde Ngyabuya hah Maan'endleleni ung'linde ngyabuya Mm mm mmhu Maaan endleleni ung'unglinde Ngyabuya hha Maaan endleleni ung'linde ngyabuya Ngsayoland'imfanelo zakho Maaan endleleni ung'linde Ngyabuya hha Maaan endleleni ung'linde ngyabuya Mm mm mmhu Maaan endleleni hho ngilinde Ngyabuya hha Ngfun'ukuyoland'inkomo zaaakho Maan endleleni ung'linde ngyabuya Ngsayosebenza Themba lam Nom'uthwel'uthayela kunomoya Hlala wazi izifiso zakho ngzozifeza Nami ngfun uyonyathela Emagcekeni Obabamkhulu ngoku semthethweni Ungokhethekile kuzozonke Izintokazi Okwenza Kimi akwandele Bani Ngizokwenza isqiniseko sokuthi Ungazisoli ngokukhetha lensizwa eyimi Haaaa haaaa haaaa Lensizwa eyimi Haaaa haaaa haaaa ha ha Angeke baythande lendaba abantu Bazosfel'umona Kade besbona sbalisa phambi kwabo Ngisacela Ungayithi Vu U ungayithi Vu Nakubangani bakho size sphothule Inhlelo zethu Ooh ye ye yeeh Ngfuna bebone ngesimemo Somgcagco Ooh sengithaath okwam Sengithath'okwami Ngikusondez'eduze nam Kungasekho ozonglawula Ngothandiweyo Wam othandwa eyam inhliziyo Nomuthwel'uthayela kunomoya hlala Wazi izifiso zakho ngzozifeza nami Ngfun uyonyathela Emagcekeni obabamkhulu Ngoku semthethweni Ungokhethekile kuzozonke izintokazi Okwenza Kimi akwandele Bani ngizokwenza isqiniseko Sokuthi ungazisoli ngokukhetha Lensizwa eyiiiimi Haaaa haaaa haaaa Lensizwa eyimi Haaaa haaaa haa haaaa Maaan endleleni ung'linde Ngyabuya Ngfunukuza nabakhong ekhaya Ohh Themba lam Maaan endleleni ung'linde Ngyabuya Ngfun'ukuzwa abomama Belilizela Oh ye Ye ye yeeh yeeee Maaan endleleni ung'linde Ngyabuya Ngfun'ukukuthatha Ngkwenz'owami Ngokuphelele Themba lam Maaan endleleni ung'linde Ngyabuya ngsayosebenzaaa Maaan endleleni ung'linde Ngyabuya hha Maaan endleleni ung'linde Ngyabuya Ngyabuya, ngyabuya, ngyabuya Ooh weeehee
Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out
OSZAR »