Vídeo de música

Paris (feat. Lwah Ndlunkulu)
Ver Paris (feat. Lwah Ndlunkulu) no YouTube

Destacado em

Créditos

PERFORMING ARTISTS
Mthandeni SK
Mthandeni SK
Vocals
Lwah Ndlunkulu
Lwah Ndlunkulu
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Mthandeni Mangele
Mthandeni Mangele
Songwriter

Letra

[Intro]
Kuya ngokuthi ungubani
Uhamba izindawo ezinjani
Uphila nabantu abanjani
Uphethe isitayela esinjani
[Verse 1]
Kuya ngokuthi ungubani
Uhamba izindawo ezinjani
Uphila nabantu abanjani
Uphethe isitayela esinjani
[Verse 2]
Ngangiyithanda int'enhle
Amandla nganginawo
Ngifisa ukuyisa umuntu wami eParis
Ngimdlise amahhinya-hhinya
[Verse 3]
Ngangiyithanda int'enhle
Amandla nganginawo
Ngifisa ukuyisa umuntu wami eParis
Ngimdlise amahhinya-hhinya
[Verse 4]
Wena umuntu wami
Umuntu wami
Futhi ngiyohlezi ngikuthanda
Noma bethini, bethini, awu bethini
[Verse 5]
Wena umuntu wami
Umuntu wami we dali
Umuntu wami yeh-yeh, yeh-yeh
[Verse 6]
Ngabe ngikuthengel' is'thuthuthu dali
Ugijime ufike langakithi
Manje angina lutho ngizokukhandel'ingolovane
[Verse 7]
Ngabe ngikuthengel'uswidi dali
Ngikuqabule ngawo themba lami
Manje angina lutho
Ngizokugubhela matshe
[Verse 8]
Abantu bathi uthando aluboni
Kazi luyozala nkomoni
Ngoba ukheth'indoda engena mali
Idoda engena lutho
[Verse 9]
Mali kanti ukhetha abanjani?
Mali kanti uthanda abanjani?
Ngoba mali ngiyasebenza?
Wen'uqom'umlungu kunami
[Verse 10]
Mali kanti uqoka kanjani?
Mali kanti ufuna abanjani?
Ngoba mali ngiyasebenza
Wen'ukheth'umlungu kunami
[Verse 11]
Mali kanti uqoka kanjani?
Mali kanti ukhetha abanjani?
Ngoba mali ngiyasebenza?
Wen'uqom'umlungu kunami
[Outro]
Wen'umunt'wami, umuntu wami
Wen'umunt'wami, umuntu wami
Futhi ngiyohlezi ngikuthanda
Noma bethini, bethini, awu bethini
Wen'umunt'wami, umuntu wami we dali
Wen'umunt'wami yeh-yeh, yeh
Written by: Mangele Mthandeni Sibusiso, Mthandeni Mangele
instagramSharePathic_arrow_out
OSZAR »