Letra

[Intro]
Yeah yeah, yeah yeah
Yeah yeah, yeah yeah
Amaphupho ethu awafani
Uma kufezeka elakho
Ungang'bukeli phansi
Nami ngizoba mnandi
Uma kufezeka elami
[Verse 1]
Amaphupho ethu awafani
Uma kufezeka elakho
Ungang'bukeli phansi
Nami ngizoba mnandi
Uma kufezeka elami
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali, yeah ay
[Verse 2]
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali, yeah, uuh yeah
[Verse 3]
Noma eng'phelela amandla
Amathemba eshabalala
Nkosi ngicela impumelelo
Ngicela impumelelo
Bayosutha le ekhaya
[Verse 4]
Ngoba akusikho ukuhlakanipha kwami
Iyithukuthuku zami zigcwele phansi
Impumelelo ayandele bani
Nkosi ngicela impumelelo
Bayosutha le ekhaya
[Verse 5]
Amaphupho ethu awafani
Uma kufezeka elakho
Ungang'bukeli phansi
Nami ngizoba mnandi
Uma kufezeka elami
[Verse 6]
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali, yeah ay
[Verse 7]
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali
Ngiyathandaza njalo
Nkosi bheka ngakimi
Ngijabulise umzali, yeah, uuh yeah
[Outro]
Yeah yeah, yeah yeah
Oh oh yeah yeah, yeah
Hm yeah yeah
Written by: Lwandile Mtshali, Xolani Shabalala
instagramSharePathic_arrow_out
OSZAR »